Alufakwa lubuya nodaka meaning in zulu, Uma kuthiwa alufakwa lubuya nodaka, ow'khokho babesuke bekhuluma noma benza isibonelo ngobhoko, angithi uma uzowela umfula ungenisile ugcwele, uzwa ngobhoko noma ngogodo ukuthi ugcwele kangakanani manje uma lubuya nodaka lokho kusuke kusho ukuthi uzobisha ushelele wemuke noma ubhajwe kulo lolodaka njengezinkomo ''KUSUKE KUNGAKHULUNYWA NGONYAWO'' ngoba ukugcwala komfula awukuzwa ngokuthi ufake unyawo but ufaka ubhoko. Lamagama uma eqondiswe kumuntu kusuke kusho ukuthi loyomuntu unolaka olungasukumi phansi ''akanalaka alufakwa lubuya nodaka'' uma uke wamzama nje uyokubona okwabonwa uPhawuli ebheke eDamaseku.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Iziwasho nemithi

Izithakazelo

Izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo